Insindiso ukukholwa noma ukukholwa nemisebenzi?

Umbuzo Insindiso ukukholwa noma ukukholwa nemisebenzi? Impendulo Kungahle kwenzeke ukuthi lombuzo ubaluleke kakhulu kusifundiso samaKresu. Lombuzo wabanga ukwehlukana phakathi kwama Katolike nama Luthere. Lombuzo futhi ulethe ukuhlukana phakathi kwamakhola eBhayibhele namabandla omthetho. Insindiso iza ngokukholwa noma ukukholwa kanye nemisebenzi? Ngisindiswa ngokukholwa ku Jesu, noma Kufanele ngikholwe ku Jesu futhi ngenze ezinye izinto? Indaba yokukholwa kodwa…

Umbuzo

Insindiso ukukholwa noma ukukholwa nemisebenzi?

Impendulo

Kungahle kwenzeke ukuthi lombuzo ubaluleke kakhulu kusifundiso samaKresu. Lombuzo wabanga ukwehlukana phakathi kwama Katolike nama Luthere. Lombuzo futhi ulethe ukuhlukana phakathi kwamakhola eBhayibhele namabandla omthetho. Insindiso iza ngokukholwa noma ukukholwa kanye nemisebenzi? Ngisindiswa ngokukholwa ku Jesu, noma Kufanele ngikholwe ku Jesu futhi ngenze ezinye izinto?

Indaba yokukholwa kodwa noma ukukholwa nemisebenzi kulikhuni uma sifuna ukuhlanganisa imibhalo ezwini LeNkosi. Qhathanisa Abase Roma 3; 28,5; 1 kanye Abase Galathiya 3; 24 futhi u Jakobe 2; 24. Abanye babona umehluko phakathi ka Pawula (insindso iza ngokukholwa kuphela) bese uJakobe (Insindiso iza ngokukholwa nemisebenzi). uPawula ukholwela ukuthi silungiswa ngokukholwa kuphela. (Abase Efesu 2; 8-9) uma u Jakobe uthi Silungiswa ukukholwa kanye nemisebenzi. Kubalulekile ukuthi u Jakobe kahle uchaza ukuthini kahle. uJakobe uchaza ukuthi umuntu angaba nokukholwa ngaphandle kwemisebenzi emihle.(U Jakobe 2; 17 -18) u Jakobe uchaza futhi ugqizelela ukuthi ukukholwa kweqiniso ku Krestu Jesu kuphendula impilo kanye nemisebenzi emihle. (Jakobe 2; 20 26) u Jakobe akathi ukulungisiswa ukukholwa nemisebenzi, kodwa umuntu ulungisiswa ukukhola bese abe nemisebenzi emihle. Uma umuntu ethi uyakholwa kodwa engenayo imisebenzi emihle akanayo ukukholwa okupheleleyo ekukholweni u Krestu. (Jakobe 2; 14, 17, 20 26)

uPawula ubhale kahle ezincwadini zakhe. Izithelo ezinhle zibhalwe encwadini yase Galathiya 5; 22 23. Masinya usitshela uPawula ukuthi sisindiswe ukukholwa ngemisebenzi. (Efesu 2; 8 9)uPawula uthi sibizelwe ukwenza imisebenzi emihle (Efesu 2; 10). uPawula naye ulindele inguquko nje ngo Jakobe. Ngalokho uma umuntu ekuKrestu uyisidalwa esisha. Okudala sekudlulile. Okusha sekufikile. (2 Abase Korinthe 5; 17) u Jakobe noPawula abaphikisani ngesifundiso sabo sensindiso. Bakhula ngokufana kepha bavela ezinhlangothini ezihlukene. u Pawula ugqizelela ukuthi silungisiswa ngokukholwa kuphela kodwa u Jakobe ugqizelela ukuthi ukukholwa ku Krestu kuveza imisebenzi emihle.

[English]



[Buyela ekhasini lekhaya lesiZulu]

Insindiso ukukholwa noma ukukholwa nemisebenzi

Similar Posts

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

This site uses Akismet to reduce spam. Learn how your comment data is processed.