Lithini iBhayebheli ngokushadana kwezizwe ezihlukene na?

Umbuzo Lithini iBhayebheli ngokushadana kwezizwe ezihlukene na? Impendulo iTastementi elidala liyaleza amaIsrayeli ukuthi bangashadi nabezizwe (u Deturinomi 7; 3 4). Isizathu salokhu ukuthi ukuthi uIsrayeli wayeyisizwe esikhethiwe. Ngalokho boku ngenxa yenkolo yabo. Isazathu sokuthi bangashadelani nezinye izozwe ukuthi abezizwe beba khonza izithixo, onkulunkulu ababaziweyo kanye nawo nkulunkulu bamanga. Loko bekubangela ukuthi u Israyeli alahlebe akhonze…

Umbuzo

Lithini iBhayebheli ngokushadana kwezizwe ezihlukene na?

Impendulo

iTastementi elidala liyaleza amaIsrayeli ukuthi bangashadi nabezizwe (u Deturinomi 7; 3 4). Isizathu salokhu ukuthi ukuthi uIsrayeli wayeyisizwe esikhethiwe. Ngalokho boku ngenxa yenkolo yabo. Isazathu sokuthi bangashadelani nezinye izozwe ukuthi abezizwe beba khonza izithixo, onkulunkulu ababaziweyo kanye nawo nkulunkulu bamanga. Loko bekubangela ukuthi u Israyeli alahlebe akhonze omunye onkukunkulu babezizwe namademoni kanye namahedeni. Lomthetho siyabona etastementeni Elisha kodwa wehlukile. Ningaboshelwa jokwe linye nabangakholwayo. Ngokuba abalungileyo nabangalungileyo bangahlangana kanjani na? noma ngabe ubumnyama nokukhanya kuyahlangana yini na? (2 abaseKorinthe 6; 14) JNjengaloku abakwa Israyeli bayalwa ukuthi bangashadi abezizwe. (Amakholwa kuNkulunkulu oyiqiniso), Kanjalo nathi makholwa siyaliwe ukuba singashadelani kanye nabezizwe. (thina siyakholwela uNkulunkulu owedwa oyiqiniso) Ukuphendula ngqo, iBhayebheli alisho ukuthi ukushadelana akusilo iphutha.

Njengaloku u Martin Luther King ashilo, umuntu akahlulelwa ngezenzo zakhe hayi ngombala wesikhumba sakhe. Ayikho indawo empilweni yobuKrestu yokuthandana ngombala. (iJakobe 2; 1 10) Uma ukhetha umlingani kubalulekile ukuhlola ukuthi ngabe usindisiwe yini futhi uzalwe kabusha ngokukholwa kuJesu Krestu. (uJohane 3; 3 5) Ukukholwa kuJesu Krestu, hayi umbali wesikhumba, inhloso kaNkulunkulu yokukhetha umlingani. Ukushadana ngobuhlobo akusiyona indaba yokuthi kulungile noma kuyiphutha kodwa ukuhlakanipha, ukukhuleka nokuhlola umoya.

Isizathu ukushadana ngobuhlobo kufanele kubhekisiswe kahle ngoba kunezinkinga emshwadeni ngokuba abanye banenkinga yomkela abanye. iningi lemishado yokuhlangana bathola incindezelo yobuhlanga, kwesinye isikhathi umndeni uyababandlulula. Kwesinye isikhathi izingane ziba nezinkinga uma izingane ezizalwayo zivama ukuba nombala ongafani nabazali noma banagafani nezingane ezinye. Abantu abashadane bengewona umhlobo owodwa kubalulekile ukucabanga ngawo onke lamaphuzu esesiwaphawulile bese bazulungisela ukubhekana nawo. Asokhumbula ukuthi izwi livimbela kuphela abantu noma umthetho uthi abantu abashadane kuphela uma basemzimbeni kaKrestu.

[English]



[Buyela ekhasini lekhaya lesiZulu]

Lithini iBhayebheli ngokushadana kwezizwe ezihlukene na

Similar Posts

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

This site uses Akismet to reduce spam. Learn how your comment data is processed.